Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 28:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Kepha wala wathi: “Angiyikudla.” Kodwa izinceku zakhe kanye nowesifazane bamcindezela; walalela izwi labo. Wavuka phansi wahlala embhedeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Kepha wala wathi: “Angiyikudla.” Kodwa zamcindezela izinceku zakhe kanye nowesifazane, walilalela izwi labo. Wayesevuka emhlabathini, wahlala embhedeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

23 Kepha uSawule wenqaba wathi: “Angiyukudla.” Nokho izinceku zakhe nowesifazane bamnxenxa, wayeselalela izwi labo. Wasukuma emhlabathini, wahlala embhedeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 28:23
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Ahabi wangena endlini yakhe edangele, ethukuthele ngenxa yezwi uNaboti waseJizreyeli abelikhulume kuye; ngoba wathi: Kangiyikukunika ilifa labobaba. Walala embhedeni wakhe, wafulathela ubuso bakhe, akadlanga sinkwa.


Kwathi ngolunye usuku u-Elisha wawelela eShunemi, lapho kwakukhona khona owesifazane omkhulu; wamcindezela ukuba adle isinkwa. Kwathi njalo lapho edlula, waphambukela khona ukuba adle isinkwa.


Izinceku zakhe zasondela zakhuluma kuye, zathi: “Baba, uma umprofethi ebekutshele into enkulu ukuba ukwenze, ubungayikuyenza na?” kakhulu kangakanani kunalokho asho kuwe ukuthi: Geza, uhlambuluke, na?


Kwakukhona izilenge ezimhlophe, nokuluhlaza nokuluhlaza, ziboshelwe ngezintambo zelineni elicolekileyo nokububende emasongweni esiliva nasezinsikeni zamatshe amhlophe, imibhede yayiyigolide nesiliva endaweni egandayiweyo ebomvu, nokuluhlaza, nokumhlophe, nokumnyama, nemabula.


Njengokhumula ingubo lapho kubanda, nanjengoviniga esitsheni sikasawoti, unjalo ohubela inhliziyo edabukileyo.


wahlala embhedeni omuhle, walilungisela itafula, wabeka phezu kwalo impepho yami namafutha ami.


Yathi inkosi encekwini: ‘Phuma uye ezindleleni nasezintangweni, ubacindezele ukuba bangene, ukuze igcwale indlu yami.


Kepha bamcindezela, bathi: “Hlala nathi, ngokuba sekuzakuhlwa, nemini isiyadlula. Wangena ukuba ahlale nabo.


Kuthe esebhapathiziwe kanye nendlu yakhe, wasincenga, wathi: “Uma nithi ngikholekile eNkosini, ngenani endlini yami, nihlale khona. Futhi wasicindezela.


Ngokuba uthando lukaKristu luyasiqhubezela; ngokuba sibona kanje, ukuthi munye wafela bonke, khona-ke bonke bafile;


Lalela futhi izwi lenceku yakho, ngibeke ucezu lwesinkwa phambi kwakho; udle, ukuze ube namandla ekuhambeni kwakho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka