1 Samuweli 26:11 - Contemporary Zulu Bible 202411 UJehova wangenqabela ukuba ngelulele isandla sami kogcotshiweyo kaJehova; kepha thatha umkhonto ongasemgodleni wakhe nesiphambano samanzi, sihambe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE11 UJehova makenqabe ukuba ngelulele isandla sami kogcotshiweyo kaJehova; ake uthathe umkhonto ongasekhanda lakhe nesigubhu samanzi, sihambe.” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202011 Mawungabi bikho nhlobo kimi lowo mcabango wokuba uSimakade angivumele ukuba ngelule isandla ngimelane nogcotshiweyo kaSimakade. Wena thatha umkhonto ongasekhanda lakhe nesigubhu samanzi, sihambe.” Uka jalj uñjjattʼäta |
Bhekani, ngilapha; fakazani ngami phambi kukaJehova naphambi kogcotshiweyo wakhe ukuthi ngithathe izinkomo zikabani na? noma ngithathe imbongolo kabani? kumbe ngikhohlise bani? ngicindezele bani? Ngemukele esandleni sikabani isifumbathiso ukuba ngiphuphuthekise amehlo ami ngaso na? futhi ngizokubuyisela kuwe.