Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 25:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kwakukhona umuntu eMahoni omfuyo yakhe yayiseKarmeli; lowo muntu wayemkhulu kakhulu, enezimvu eziyizinkulungwane ezintathu nezimbuzi eziyinkulungwane; wayezigunda izimvu zakhe eKarmeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kwakukhona umuntu eMahoni onemfuyo yakhe eKarmeli; lowo muntu wayemkhulu kakhulu, wayenezimvu eziyizinkulungwane ezintathu nezimbuzi eziyinkulungwane; wayezigunda izimvu zakhe eKarmeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 Kwakukhona umuntu eMahoni owayenemfuyo eKharmeli. Lowo muntu wayecebe kakhulu, enezimvu eziyizi-3 000 nezimbuzi eziyi-1 000. Izimvu zakhe wayezigundela eKharmeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 25:2
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Abrama wayecebile kakhulu ngemfuyo, nangesiliva nangegolide.


Indoda yakhula, yaqhubeka ikhula, yaze yaba nkulu kakhulu.


ULabani wahamba ukuyogunda izimvu zakhe, uRaheli weba izithombe zikayise.


izimpongo ezingamakhulu amabili, nezimpongo ezingamashumi amabili, nezimvukazi ezingamakhulu amabili, nezinqama ezingamashumi amabili;


Watshelwa uTamari ukuthi: “Bheka, umukhwe wakho ukhuphukela eThimna ukuyogunda izimvu zakhe.”


UBarizilayi wayesemdala kakhulu, eneminyaka engamashumi ayisishiyagalombili; wayepha inkosi ukudla isahlezi eMahanayimi; ngoba wayengumuntu omkhulu kakhulu.


Impahla yakhe yayiyizinkomo eziyizinkulungwane eziyisikhombisa, namakamela ayizinkulungwane ezintathu, namabhangqa ezinkomo angamakhulu ayisihlanu, nezimbongolo ezingamakhulu amahlanu, nezinceku eziningi kakhulu; kangangokuthi lo muntu wayemkhulu kunabo bonke abantu basempumalanga.


Ngakho uJehova wabusisa ukugcina kukaJobe kunokuqala kwakhe, ngoba wayenezimvu eziyizinkulungwane eziyishumi nane, namakamela ayizinkulungwane eziyisithupha, namabhangqa ayinkulungwane ezinkomo, nezimbongolo eziyinkulungwane.


Kubantu abayisandla sakho, Jehova, kubantu bomhlaba abanesabelo sabo kulokhu kuphila, nesisu sabo usigcwalisa ngengcebo yakho efihliweyo; bagcwele abantwana bashiyela abancane babo okusalayo.


Inceku uma iba yinkosi; nesiwula nxa sisuthe ukudla;


IMahoni, iKarmeli, neZifi, neJuta,


USamuweli wavuka ekuseni ukuhlangabeza uSawule ekuseni, watshelwa uSamuweli ukuthi: “USawule wafika eKarmeli, bheka, wamlungisela indawo;


Baqeda, bahamba phambi kukaSawule baya eZifi, kepha uDavide nabantu bakhe basehlane laseMahoni ethafeni eliseningizimu kwaseJesmoni.


Nabafazi bakaDavide ababili bathunjwa, u-Ahinohama waseJizreyeli no-Abigayili umkaNabali waseKarmeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka