1 Samuweli 24:7 - Contemporary Zulu Bible 20247 UDavide wazibamba izinceku zakhe ngala mazwi, akazivumelanga ukuba zivukele uSawule. Kodwa uSawule wasukuma emhumeni waqhubeka. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 UDavide wabathiya ngalawo mazwi, akabavumelanga ukuba bamvukele uSawule. USawule wasuka emhumeni, wahamba. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20207 UDavide wabathiya abantu bakhe ngalawo mazwi, akaze abavumela ukuba bamvukele uSawule. USawule wasuka emgedeni, waqhubeka nohambo. Uka jalj uñjjattʼäta |
Bhekani, ngilapha; fakazani ngami phambi kukaJehova naphambi kogcotshiweyo wakhe ukuthi ngithathe izinkomo zikabani na? noma ngithathe imbongolo kabani? kumbe ngikhohlise bani? ngicindezele bani? Ngemukele esandleni sikabani isifumbathiso ukuba ngiphuphuthekise amehlo ami ngaso na? futhi ngizokubuyisela kuwe.