Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 22:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 U-Ahimeleki wayeseyiphendula inkosi, wathi: “Ngubani phakathi kwezinceku zakho zonke othembeke njengoDavide, umkhwenyana wenkosi, ohamba ngokomyalo wakho, odumileyo endlini yakho, na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 U-Ahimeleki waphendula inkosi, wathi: “Ngubani kuzo zonke izinceku zakho othembekile njengoDavide, umkhwenyana wenkosi, nenduna yabalindi bakho, nodumileyo endlini yakho, na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

14 U-Ahimelekhi wayiphendula inkosi, wathi: “Ngubani kuzo zonke izinceku zakho othembeke njengoDavide, umkhwenyana wenkosi, nenduna yabaqaphi bakho, nodumileyo endlini yakho na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 22:14
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Athi amadoda akwa-Israyeli: “Nimbonile lowo muntu owenyukile na?” wakhuphuka ukudelela u-Israyeli; umuntu oyombulala, inkosi iyakumcebisa ingcebo eningi, imnike indodakazi yakhe, ikhulule indlu kayise kwa-Israyeli.


Ngakho uSawule wamsusa kuye, wambeka umbusi wenkulungwane; waphuma, wangena phambi kwabantu.


UDavide wazilungiselela, wahamba yena nabantu bakhe, wabulala kumaFilisti amadoda angamakhulu amabili; uDavida waletha amajwabu awo, basebenika inkosi indaba zonke, ukuze abe ngumkhwenyana wenkosi. USawule wamnika uMikhali indodakazi yakhe ibe ngumkakhe.


UJonathani wamphendula uSawule uyise, wathi kuye: “Uyakubulawelwani na? wenzeni.


UDavide wayesethi ku-Ahimeleki umpristi: “Inkosi yangiyala indaba, yathi kimi: ‘Makungabikho muntu owaziyo ngale ndaba engikuthuma kuyo nokuthi ngiyakuyala ngakho; futhi ngamisa izinceku zami endaweni yokuthi nokuthi.


USawuli wasesithi kuye: Kungani ungenzele uzungu, wena lendodana kaJese, ngokuyinika isinkwa lenkemba, wayibuza kuNkulunkulu ukuthi ingivukele ukuthi ilale. Linda, njengalolu suku?


Ngaphezu kwalokho, baba, bheka, yebo, bheka isicephu sejazi lakho esandleni sami; ngenxa yokuthi nganquma isiqephu sengubo yakho, angikubulalanga, uyazi, uyabona ukuthi akukho bubi nasiphambeko esandleni sami, futhi angonanga kuwe; nokho nifuna umphefumulo wami ukuwuthatha.


Xolela isiphambeko senceku yakho, ngokuba uJehova uyakuyenzela inkosi yami indlu; ngokuba inkosi yami ilwa izimpi zikaJehova, akufunyanwanga okubi kuwe zonke izinsuku zakho.


UJehova uyabuyisela, kube yilowo nalowo ukulunga kwakhe nokuthembeka kwakhe, ngokuba uJehova ukunikele esandleni sami namuhla, kepha angithandanga ukwelulela isandla sami kogcotshiweyo kaJehova.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka