1 Samuweli 20:27 - Contemporary Zulu Bible 202427 Kwathi ngangomuso, ngosuku lwesibili lwenyanga, indawo kaDavide yayingenalutho; uSawule wathi kuJonathani indodana yakhe: “Kungani indodana kaJese ingezanga ukudla izolo nanamuhla? Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE27 Kwathi ngangomuso emva kokwethwasa kwenyanga ngolwesibili indawo kaDavide yayiyize; uSawule wathi kuJonathani indodana yakhe: “Indodana kaJese ayifikanga ngani ekudleni nayizolo nanamuhla na?” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202027 Kwathi ngosuku olulandelayo lokwethwasa kwenyanga, indawo kaDavide isalokhu ingenamuntu, uSawule wathi kuJonathani, indodana yakhe: “Kungani indodana kaJese ingafikanga esidlweni izolo nanamuhla na?” Uka jalj uñjjattʼäta |