Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 18:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 USawule wamesaba kakhulu uDavide; uSawule waba yisitha sikaDavide kulo lonke.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 USawule wayesemesaba uDavide kakhulu; uSawule wayeyisitha sikaDavide sonke isikhathi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

29 Kwakhula kakhulu kuSawule ukumesaba uDavide. USawule wayeyisitha sikaDavide sonke isikhathi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 18:29
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngabuye ngabona wonke umsebenzi onzima nawo wonke umsebenzi omuhle, ukuthi ngenxa yalokho umuntu uba nomhawu ngomakhelwane wakhe. Kuyize nokufuna umoya.


Khona kusukela ngalolo suku benza icebo lokuba bambulale.


Wena uyakholwa ukuthi uNkulunkulu munye; wenza kahle; namademoni ayakholwa, athuthumele.


USawule wamesaba uDavide, ngokuba uJehova wayenaye, wasuka kuSawule.


Ngakho lapho uSawule ebona ukuthi uhlakaniphe kakhulu, wamesaba.


USawule wabona, wazi ukuthi uJehova wayenoDavide nokuthi uMikhali indodakazi kaSawule wayemthanda.


Zase ziphuma izikhulu zamaFilisti, zaphuma, uDavide waziphatha ngokuhlakanipha ngaphezu kwazo zonke izinceku zikaSawule; ukuze igama lakhe libe likhulu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka