Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 17:44 - Contemporary Zulu Bible 2024

44 UmFilisti wathi kuDavide: “Woza kimi, nginike izinyoni zezulu nezilwane zasendle inyama yakho.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 UmFilisti wathi kuDavide: “Woza kimi, nginike izinyoni zezulu nezilwane zasendle inyama yakho.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

44 UmFilisti wathi kuDavide: “Woza kimi, nginike izinyoni zezulu nezilwane zasendle inyama yakho.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 17:44
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

URispa indodakazi ka-Aya wathatha izingubo zokulila, wamendlalela zona edwaleni, kusukela ekuqaleni kokuvuna kwaze kwawa amanzi avela ezulwini phezu kwazo, akazivumelanga izinyoni zezulu ukuba ziphakame emini ukuba zikhuphuke. Phumula, nezilwane zasendle ebusuku.


Ngaphambi kokubhujiswa inhliziyo yomuntu iyazidla, ukuthobeka kwandulela udumo.


Ngiyakubanikela esandleni sezitha zabo nasesandleni sabafuna ukuphila kwabo; futhi izidumbu zabo ziyoba ukudla kwezinyoni zezulu nokwezilwane zasendle zomhlaba.


Usho kanje uJehova, uthi: “Ohlakaniphileyo makangazibongi ngokuhlakanipha kwakhe, nonamandla makangazigabisi ngamandla akhe, nocebileyo makangazibongi ngenotho yakhe.


Ndodana yomuntu, yisho enduneni yaseTire, uthi: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngoba inhliziyo yakho iphakeme futhi wena wathi: NginguNkulunkulu, ngihlezi esihlalweni sobukhosi sikaNkulunkulu, phakathi kolwandle; nokho ungumuntu hhayi uNkulunkulu, ngisho noma ubeka inhliziyo yakho njengenhliziyo kaNkulunkulu.


Ngase ngibona ingelosi imi elangeni; yamemeza ngezwi elikhulu, ithi kuzo zonke izinyoni ezindizayo emkhathini wezulu: Wozani nibuthane esidlweni sikaNkulunkulu omkhulu;


Abalindi baphendula uJonathani nodibi lwezikhali zakhe, bathi: “Khuphukelani kithi, sinibonise utho.” UJonathani wasesithi odibini lwezikhali zakhe: Yenyuka emva kwami, ngoba iNKOSI ibanikele esandleni sikaIsrayeli.


Namuhla uJehova uyakukunikela esandleni sami; ngiyakukwehlula, ngisuse ikhanda lakho kuwe; ngiyakuzinika namuhla izinyoni zezulu nezilwane zomhlaba izidumbu zebutho lamaFilisti; ukuze umhlaba wonke wazi ukuthi kukhona uNkulunkulu kwa-Israyeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka