Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 14:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 USawule nabo bonke abantu ababe naye babuthana, bangena ekulweni;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 USawule nabo bonke abantu ababe naye babuthana, baya ekulweni; bheka, yilowo nalowo washaya omunye ngenkemba, kwaba khona ukungquzuka okukhulu kakhulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

20 USawule wabiza bonke abantu ababenaye, bahamba baya ukuyolwa. Kwaba yilowo nalowo wasingena ngenkemba isitha, yatholana phezulu kwashunqa uthuli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 14:20
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Inkosi yakwa-Israyeli yaphuma, yanqoba amahhashi nezinqola, yawachitha ama-Aramu ngokuceka okukhulu.


Abantwana bakwa-Amoni nabakwaMowabi bavukela abakhileyo ezintabeni zaseSeyiri ukuba babashaye ngesiqalekiso, bababhubhise;


Ngiyakumisa abaseGibithe ngokumelene nabaseGibithe, balwe, kube yilowo nalowo nomfowabo, kube yilowo nalowo nomakhelwane wakhe; umuzi uvukele umuzi, nombuso uvukele umbuso.


Ngiyakubiza inkemba phezu kwazo zonke izintaba zami,” usho uJehova, “inkemba yomuntu imelane nomfowabo.


Abangamakhulu amathathu bavuthela izimpondo, uJehova wabeka inkemba yalowo nalowo kumngane wakhe nakuyo yonke impi;


Abalindi bakaSawule eGibeya lakwaBenjamini babheka; futhi bheka, isixuku sancibilika, futhi baqhubeka behlula omunye nomunye.


Kusasa ngalesi sikhathi ngiyakuthuma kuwe umuntu wasezweni lakwaBenjamini, umgcobe abe ngumbusi phezu kwabantu bami u-Israyeli, ukuze asindise abantu bami esandleni samaFilisti; ngoba ngikubonile.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka