Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 13:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Amanye amaHeberu awela iJordani, aya ezweni lakwaGadi nelakwaGileyadi. Kepha uSawule wayeseseGiligali, bonke abantu bamlandela bethuthumela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 NamaHeberu ayewelile iJordani ukuya ezweni lakwaGadi nakwelakwaGileyadi; kepha uSawule wayeseseGiligali; abantu bonke bamlandela bethuthumela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 AmaHebheru awela iJordani, aya kwaGadi nakwaGileyadi. USawule wayeseseGiligali, bonke abantu bamlandela bethuthumela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 13:7
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngiyakubeka ubuso bami bumelane nani, nibulawe phambi kwezitha zenu; abakuzondayo bayakubusa phezu kwakho; niyobaleka uma kungekho onixoshayo.


Izinceku kumelwe ziqhubeke zikhuluma kubantu zithi: ‘Ngumuphi umuntu owesabayo nodangele? makahambe abuyele endlini yakhe, funa inhliziyo yabafowabo iphele njengenhliziyo yakhe.


UJehova uyakuninqoba phambi kwezitha zenu, niphume ukulwa nazo ngendlela eyodwa, nizibaleke ngezindlela eziyisikhombisa, ninyakazeke emibusweni yonke yomhlaba.


Leli zwe esalidla ngaleso sikhathi, kusukela e-Aroweri engasemfuleni i-Arinoni, nengxenye yezintaba zakwaGileyadi nemizi yalo ngalinika abakwaRubeni nabakwaGadi.


nelakwaGileyadi, nomkhawulo wamaGeshuri, namaMahagati, nayo yonke intaba yaseHermoni, neBashani yonke, kwaze kwaba seSaleka;


abakwaRubeni nabakwaGadi bamukela kubo ifa labo uMose abanika lona phesheya kweJordani ngasempumalanga, njengalokho uMose inceku kaJehova abanika khona;


Hamba manje, umemeze ezindlebeni zabantu, uthi: Wonke owesabayo owesabayo makabuye, asuke entabeni yakwaGileyadi. Kwabuya kubantu abayizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili; kwasala izinkulungwane eziyishumi.


Wahlala izinsuku eziyisikhombisa njengesikhathi esinqunyiweyo uSamuweli; kepha uSamuweli akafikanga eGiligali; abantu basebehlakazeka besuka kuye.


Lapho uSawule naye wonke u-Israyeli bezwa lawa mazwi omFilisti, bethuka, besaba kakhulu.


Lapho abantu bakwa-Israyeli ababengaphesheya kwesigodi nabangaphesheya kweJordani bebona ukuthi abantu bakwa-Israyeli bayabaleka nokuthi uSawule namadodana akhe bafile, bashiya imizi, babaleka; afika amaFilisti, ahlala kuyo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka