Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 12:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 USamuweli wasesithi ebantwini: NguJehova owakhulisa oMozisi loAroni, owenyusa oyihlo elizweni leGibhithe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 USamuweli wathi kubantu: “NguJehova, yena owabeka oMose no-Aroni nowakhuphula oyihlo ezweni laseGibithe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 USamuweli wathi kubantu: “NguSimakade owabeka uMose no-Aroni, nowakhuphula okhokho benu eGibhithe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 12:6
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathuma inceku yakhe uMose; no-Aroni amkhethayo.


Wavula idwala, kwaphuma amanzi; bahamba ezindaweni ezomile njengomfula.


OMose no-Aroni phakathi kwabapristi bakhe, noSamuweli phakathi kwababiza igama lakhe; bambiza uJehova, wabaphendula.


Yilabo o-Aroni noMose uJehova asho kubo ukuthi: “Bakhiphe abantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe ngamabandla abo.


Laba yibo abakhuluma kuFaro, inkosi yaseGibithe, ukuba akhiphe abantwana bakwa-Israyeli eGibithe: labo ngoMose no-Aroni.


Ngomprofethi uJehova wamkhipha u-Israyeli eGibithe, walondolozwa ngomprofethi.


Ngokuba nganikhuphula ezweni laseGibithe, nganihlenga endlini yobugqila; ngathuma oMose, no-Aroni, noMiriyamu phambi kwenu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka