Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 kuThimothewu 5:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Umdala ungamkhuzi, kodwa umkhuze njengoyihlo; namasha njengabafowabo;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ungayikhaci indoda endala, kodwa yiyale njengoyihlo, namadoda amasha njengabafowenu,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 Ungayikhaci indoda endala, kodwa yiyale njengoyihlo, abesilisa abasebasha njengabafowenu,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Umdala ungamkhuzi, kodwa umkhuze njengoyihlo; namasha njengabafowabo;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 kuThimothewu 5:1
26 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kumelwe usukume phambi kwempunga, uhloniphe ubuso bexhegu, wesabe uNkulunkulu wakho; nginguJehova.


Kepha nina maningabizwa ngokuthi Rabi, ngokuba munye uMfundisi wenu, uKristu; lani lonke lingabazalwane.


Sebebamisele abadala ebandleni ngebandla, bakhuleka nokuzila ukudla, babanikela eNkosini abakholwa yiyo.


Sebefikile eJerusalema, bamukelwa libandla labaphostoli labadala, balandisa ngakho konke uNkulunkulu ayekwenzile labo.


Base bebuthana abaphostoli namalunga ukuba bayihlole leyo ndaba.


EseMilethu wathumela e-Efesu, wabiza amalunga ebandla.


Nikani bonke okubafaneleyo; inkokhiso kubani; ukwesaba kokwesabayo; udumo kubani ukudunyiswa.


Bazalwane, uma umuntu ehlelwa yisiphambeko, nina bomoya mbuyiseni onjalo ngomoya wobumnene; uzinaka wena, funa ulingwe nawe.


owathi kuyise nonina: “Angimbonanga; akabazi abafowabo, akabazi nabantwana bakhe, ngokuba baligcinile izwi lakho, bagcina isivumelwano sakho.


Amalunga aphatha kahle makabalwe njengabafanele ukutuswa ngokuphindiweyo, ikakhulu lawo asebenza kanzima ezwini nasekufundiseni.


Abesifazane abadala njengawonyoko; abasha njengawodadewenu, ngobuqotho bonke.


ukuze amadoda amadala abe ahluzekile, ahloniphekile, aqondileyo, aphilile ekukholweni, othandweni, nasekubekezeleni.


Ngokunjalo amajaha ayale ukuthi ahluze.


Kepha ukuhlakanipha kwaphezulu okokuqala kuhlanzekile, bese kuba-nokuthula, nokumnene, nokulalela, kugcwele isihawu nezithelo ezinhle, akunabandlululo, nokungazenzisi.


Kukhona ogulayo phakathi kwenu na? makabize amalunga ebandla; kabakhuleke phezu kwakhe, bamgcobe ngamafutha ebizweni leNkosi.


Amalunga aphakathi kwenu ngiyabakhuthaza, mina engimdala, nofakazi wezinhlupheko zikaKristu, nomhlanganyeli enkazimulweni ezakwambulwa;


Ilunga kuyo inkosikazi ekhethiweyo nabantwana bayo, engibathandayo ngeqiniso; kungemina ngedwa, kodwa nabo bonke abalaziyo iqiniso;


Ilunga kuGayu othandekayo, engimthanda ngeqiniso.


Isihlalo sobukhosi sasihanqe izihlalo zobukhosi ezingamashumi amabili nane, naphezu kwezihlalo zobukhosi kuhlezi amalunga angamashumi amabili nane, embethe izingubo ezimhlophe; babenemiqhele yegolide emakhanda abo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka