Kwathi ekuhlanyeleni kwakhe, enye imbewu yawela ngasendleleni, kweza izinyoni zayidla zayiqeda.
Mathewu 13:3 - Baasraak Zulu New Testament Bible Wakhuluma kubo izinto eziningi ngemifanekiso, wathi: “Bhekani, kwaphuma umhlwanyeli ukuyohlwanyela. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wakhuluma kubo okuningi ngemifanekiso, wathi: “Bhekani, kwaphuma umhlwanyeli ukuyohlwanyela. IsiZulu 2020 Wakhuluma kubo okuningi ngemizekeliso, wathi: “Kwake kwaphuma umhlwanyeli wayohlwanyela. Contemporary Zulu Bible 2024 Wakhuluma kubo izinto eziningi ngemifanekiso, wathi: “Bhekani, kwaphuma umhlwanyeli ukuyohlwanyela. |
Kwathi ekuhlanyeleni kwakhe, enye imbewu yawela ngasendleleni, kweza izinyoni zayidla zayiqeda.
Fundani umfanekiso emkhiwaneni; nxa igatsha lawo selithambile, lihluma amaqabunga, niyazi ukuthi ihlobo seliseduze;
Waseqala ukukhuluma kubo ngemifanekiso. Umuntu othile watshala isivini, wasibiyela ngothango, wemba isikhamo sewayini, wakha umbhoshongo, wasiqashisa kubalimi, waya ezweni elikude.
Base befuna ukumbamba, kepha besaba isixuku, ngokuba bazi ukuthi uwukhulume ngabo lo mfanekiso; bamshiya, bamuka.
Wasebabizela kuye, wathi kubo ngemifanekiso: USathane angakhupha njani uSathane?
Wasesithi kubo: Kaliwazi yini lumfanekiso? Pho niyakuyazi kanjani imifanekiso yonke na?
UPetru wayesethi kuye: “Nkosi, lo mfanekiso uwukhuluma kithi noma kubo bonke na?
Wathi: “Niphiwe nina ukwazi izimfihlakalo zombuso kaNkulunkulu, kepha kwabanye ngemifanekiso; ukuze bebona bangaboni, lokuzwa bangaqedisisi.