Ngokuba yilowo nalowo ocelayo uyaphiwa; nalowo ofunayo uyathola; lalowo oqoqodayo uzavulelwa.
KumaHeberu 7:9 - Baasraak Zulu New Testament Bible Futhi kungathiwa noLevi owamukela okweshumi wakhipha okweshumi ngo-Abrahama; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Futhi kungathiwa noLevi owamukela okweshumi watheliswa okweshumi ngaye u-Abrahama, IsiZulu 2020 Kungashiwo ukuthi uLevi uqobo wemukela okweshumi, wakhokha okweshumi ngaye u-Abhrahama, Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi kungathiwa noLevi owamukela okweshumi wakhipha okweshumi ngo-Abrahama; |
Ngokuba yilowo nalowo ocelayo uyaphiwa; nalowo ofunayo uyathola; lalowo oqoqodayo uzavulelwa.
Ngakho njengalokhu ngamuntu munye isono sangena emhlabeni, langesono ukufa; kanjalo ukufa kwedlulela kubantu bonke, lokhu bonke bonile;
Bhekani-ke ukuthi wayemkhulu kangakanani lowo, u-Abrahama ukhokho amnika okweshumi kwempango.
Futhi lapha abantu abafayo bamukela okweshumi; kodwa lapho uyawemukela, ofakazelwa ngaye ukuthi uyaphila.