Ngakho hambani nifundise izizwe zonke, nibabhapathize egameni likaYise, neleNdodana, nelikaMoya oNgcwele;
IzEnzo 2:21 - Baasraak Zulu New Testament Bible Kuyakuthi yilowo nalowo obiza igama leNkosi uyakusindiswa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kuyakuthi yilowo nalowo obiza igama leNkosi uyakusindiswa.’ IsiZulu 2020 Kuyakuthi yilowo nalowo obiza igama leNkosi, asindiswe.’ Contemporary Zulu Bible 2024 Kuyakuthi yilowo nalowo obiza igama leNkosi uyakusindiswa. |
Ngakho hambani nifundise izizwe zonke, nibabhapathize egameni likaYise, neleNdodana, nelikaMoya oNgcwele;
Ilanga liyakuphenduka ubumnyama, nenyanga ibe yigazi, lungakafiki lolo suku lweNkosi olukhulu noluphawulekayo;
Manje ulibelelani na? sukuma ubhapathizwe, uhlanze izono zakho, ubize igama leNkosi.
INkosi yasisithi kuye: Sukuma uye emgwaqweni othiwa uQondile, ubuze endlini kaJudasi othiwa nguSawuli waseTarsu;
kulo ibandla likaNkulunkulu eliseKorinte, kubo abangcwelisiwe kuKristu Jesu, ababizelwe ukuba ngabangcwele, kanye nabo bonke ezindaweni zonke abakhuleka egameni leNkosi yethu uJesu Kristu, eyabo neyethu;
Ngakho-ke masisondele ngesibindi esihlalweni somusa, ukuze samukeliswe isihawu, sifumane umusa wokusiza ngesikhathi esifaneleyo.