Akakho othi esokhela isibani, asibeke endaweni ekusithekileyo, noma ngaphansi kwesitsha, kodwa usibeka othini lwesibani, ukuze abangenayo babone ukukhanya.
IsAmbulo 11:4 - Baasraak Zulu New Testament Bible Laba bayiminqumo emibili nezinti zezibani ezimbili ezimi phambi kukaNkulunkulu womhlaba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Labo bayiminqumo emibili nezinti zezibani ezimbili ezimi phambi kweNkosi yomhlaba. IsiZulu 2020 Labo bayiminqumo emibili nezinti zezibani ezimbili ezimi phambi kweNkosi yomhlaba. Contemporary Zulu Bible 2024 Laba bayiminqumo emibili nezinti zezibani ezimbili ezimi phambi kukaNkulunkulu womhlaba. |
Akakho othi esokhela isibani, asibeke endaweni ekusithekileyo, noma ngaphansi kwesitsha, kodwa usibeka othini lwesibani, ukuze abangenayo babone ukukhanya.
Ngakho lindani njalo, likhuleke, ukuze kuthiwe lifanele ukuphunyuka kuzo zonke lezizinto eziyakwenzeka, lokuma phambi kweNdodana yomuntu.
Uma amanye amagatsha aphulwa, wena-ke ongumnqumo wasendle waxhunyelelwa kuwo, uhlanganyele kanye nawo empandeni yokukhuluphala komnqumo;
Imfihlakalo yezinkanyezi eziyisikhombisa ozibonileyo esandleni sami sokunene, nezinti zezibani eziyisikhombisa zegolide. Izinkanyezi eziyisikhombisa ziyizingelosi zamabandla ayisikhombisa, nezinti zezibani eziyisikhombisa zingamabandla ayisikhombisa.