Basondela kuye, bathi: “Siyakwakhela lapha izinkomo zethu izibaya nabancane bethu imizi;
UNumeri 32:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE kepha thina uqobo lwethu siyakushesha sihlome, sihambe phambi kwabantwana bakwa-Israyeli, size sibafinyelelise endaweni yabo, abancane bethu bahlale emizini ebiyelweyo ngenxa yabakhileyo ezweni. IsiZulu 2020 kodwa thina luqobo siyosheshe sihlome, sihambe phambi kwabantu bakwa-Israyeli, size sibafinyelelise endaweni yabo. Izingane zethu ziyosala emizini ebiyelweyo, ngenxa yabakhileyo ezweni. Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha thina siyakuphuma sihlomile phambi kwabantwana bakwa-Israyeli size sibafikise endaweni yabo; nabantwana bethu abancane bayohlala emizini enezivikelo eziqinile ngenxa yabakhileyo ezweni. |
Basondela kuye, bathi: “Siyakwakhela lapha izinkomo zethu izibaya nabancane bethu imizi;