Basuka e-Oboti, bamisa e-Iye Abarimi ehlane elingaphandle kwelakwaMowabi ngasempumalanga.
UNumeri 21:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Basuka lapho, bamisa esiGodini saseZeredi. IsiZulu 2020 Basuka lapho baze bayokanisa esigodini iZeredi. Contemporary Zulu Bible 2024 Basuka lapho bamisa inkamba esigodini saseSaredi. |
Basuka e-Oboti, bamisa e-Iye Abarimi ehlane elingaphandle kwelakwaMowabi ngasempumalanga.
“ ‘Sukani nihambe, niwele umfula i-Arinoni; bhekani, nginikele esandleni sakho uSihoni umAmori, inkosi yaseHeshiboni, nezwe lakhe: qala ukulidla, ulwe naye ekulweni.