Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 13:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

nibone izwe ukuthi linjani, nabantu abakhe kulo ukuthi banamandla noma babuthakathaka, bayingcosana noma baningi yini,

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

nihlole ukuthi izwe linjani, nabantu abakhe kulo ukuthi banamandla noma bantekenteke, bayingcosana noma baningi yini,

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Bheka, izwe elikulo; nabantu abahlala khona, noma banamandla, noma bebuthakathaka, bayingcosana noma baningi;

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 13:18
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ngehle ukuba ngibophule esandleni sabaseGibithe, ngibakhuphule kulelo zwe, ngibayise ezweni elihle elibanzi, izwe elichichima ubisi nezinyosi, indawo yamaKhanani, neyamaHeti, neyama-Amori, neyamaPherizi, neyamaHivi, neyamaJebusi.


Ngiyakuzalusela emadlelweni amahle, isibaya sazo sibe sezintabeni zempakama yakwa-Israyeli; ziyakubuthisa khona esibayeni esihle, ziklabe emadlelweni aluhlaza ezintabeni zakwa-Israyeli.


UMose wabathuma ukuhlola izwe laseKhanani, wathi kubo: “Yenyukani ngalapha, niye ngaseningizimu, nikhuphukele ezintabeni,


nokuthi izwe abakhe kulo linjani, noma lihle noma libi, nokuthi imizi abahlala kuyo injani, noma ngamakamu* noma yizinqaba,