Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UDuteronomi 22:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Uyakwenza kanjalo nangembongolo yakhe, wenze njalo nangezingubo zakhe, wenze njalo ngazo zonke izinto ezilahlekileyo zomfowenu alahlekelwa yizo, wazithola, uze ungacashi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Uyokwenza kanjalo ngembongolo yakhe, ngezingubo zakhe, nangazo zonke izinto zomfowenu ezimlahlekele, wena wazithola, awunakukubalekela lokho.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Uyakwenza njalo nakumbongolo yakhe; uyakwenze njalo nangezingubo zakhe; futhi ngakho konke okulahlekile kumfowenu, okulahlekile futhi wena ukutholile, uyokwenza kanjalo; ungase ungafihli.

Uka jalj uñjjattʼäta



UDuteronomi 22:3
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Awuyikubona inkabi yomfowenu noma imvu yakhe iduka, ucashe kuzo; wozibuyisela nokuzibuyisela kumfowenu.


Uma umfowenu engeseduze nawe noma ungamazi, woziyisa endlini yakho zibe nawe, aze azifune umfowenu, uzibuyisele kuye.


“Awuyikubona imbongolo yomfowenu noma inkabi yakhe iwile endleleni, ucashe kuzo; womsiza nokumsiza ukuzivusa.