UJuda wayesethi kuTamari umalokazana wakhe: “Hlala ungumfelokazi endlini kayihlo, aze akhule uShela indodana yami,” ngokuba wathi: “Ukuba angafi njengabafowabo.” UTamari waya wahlala kwabo.
Mathewu 1:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE uJuda wazala oFaresi noZara kuTamari, uFaresi wazala u-Esiromu, u-Esiromu wazala u-Aramu; IsiZulu 2020 uJuda wazala uFaresi noZara kuThamari; uFaresi wazala u-Esiromu, u-Esiromu wazala u-Aramu, Baasraak Zulu New Testament Bible UJuda wazala uFaresi noZara kuTamari; uFaresi wazala u-Esrom; u-Esrom wazala u-Aramu; Contemporary Zulu Bible 2024 UJuda wazala uFaresi noZara kuTamari; uFaresi wazala u-Esrom; u-Esrom wazala u-Aramu; |
UJuda wayesethi kuTamari umalokazana wakhe: “Hlala ungumfelokazi endlini kayihlo, aze akhule uShela indodana yami,” ngokuba wathi: “Ukuba angafi njengabafowabo.” UTamari waya wahlala kwabo.
Amadodana kaJuda: ngo-Eri, no-Onani, noShela, noPheresi, noZera; kepha o-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. Amadodana kaPheresi ayengoHesironi noHamule.
Kumadodana kaZera: nguJehuweli nabafowabo, bengamakhulu ayisithupha namashumi ayisishiyagalolunye.
U-Abrahama wazala u-Isaka, u-Isaka wazala uJakobe, uJakobe wazala uJuda nabafowabo;
u-Aramu wazala u-Aminadaba, u-Aminadaba wazala uNasoni, uNasoni wazala uSalimoni;