“Ngithumele futhi imisedari,* nemisayipuresi,* nemi-alimugi* evela eLebanoni, ngokuba ngiyazi ukuthi izinceku zakho ziyakwazi ukugawula imithi eLebanoni; bheka, izinceku zami ziyakuba nezinceku zakho
IsAmbulo 18:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE impahla yegolide neyesiliva, namatshe anenani, namaparele*, nelineni elicolekileyo, nokububende, nosilika, nokubomvu, kanye nemithi yonke enamakha, nezitsha zonke zamazinyo endlovu, nezitsha zonke zomuthi onenani elikhulu, nezethusi, nezensimbi, nezetshe elimhlophe, IsiZulu 2020 impahla yegolide, eyesiliva, eyamatshe ayigugu, amapharele, ilineni elicolekileyo, okubukhwebezane, usilika, okubomvu, imithi yonke enamakha, zonke izitsha zamazinyo endlovu, izitsha zonke zomuthi onenani elikhulu, ezethusi, ezensimbi, ezetshe elimhlophe, Baasraak Zulu New Testament Bible Ukuthengiswa kwegolide, nesiliva, namatshe anenani, namaparele, nelineni elicolekileyo, nokububende, nosilika, nokubomvu, nazo zonke izigodo zakho, nezitsha zonke zophondo lwendlovu, nezitsha zonke zokhuni oluyigugu; neyethusi, nensimbi, netshe letsheba; Contemporary Zulu Bible 2024 Ukuthengiswa kwegolide, nesiliva, namatshe anenani, namaparele, nelineni elicolekileyo, nokububende, nosilika, nokubomvu, nazo zonke izigodo zakho, nezitsha zonke zophondo lwendlovu, nezitsha zonke zokhuni oluyigugu; neyethusi, nensimbi, netshe letsheba; |
“Ngithumele futhi imisedari,* nemisayipuresi,* nemi-alimugi* evela eLebanoni, ngokuba ngiyazi ukuthi izinceku zakho ziyakwazi ukugawula imithi eLebanoni; bheka, izinceku zami ziyakuba nezinceku zakho
Phangani isiliva! Phangani igolide! Ngokuba akukho ukuphela kokunqwatshelweyo nokukhazimula kwazo zonke izinto ezinxanelekayo.
Yayisingiyisa ehlane ngikuMoya. Ngabona owesifazane ekhwele isilo esibomvu, sigcwele amagama enhlamba, sinamakhanda ayisikhombisa nezimpondo eziyishumi.
Nowesifazane wayembethe okububende nokubomvu, evunule ngegolide nangamatshe anenani nangamaparele*, ephethe isitsha segolide ngesandla sakhe, sigcwele amanyala nokungcolileyo kobufebe bakhe,
Abathengisi balezo zinto abacetshisiwe yilo bayakumela kude ngokwesaba ukuhlupheka kwalo, bekhala belila,