Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Esteri 2:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kwathi lapho izwi lenkosi nesimemezelo sayo sekuzwakele, nalapho izintombi eziningi zibuthene eShushani endlini yenkosi phansi kwesandla sikaHegayi, u-Esteri wangeniswa endlini yenkosi phansi kwesandla sikaHegayi, umgcini wabesifazane.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Kwathi sesiphumile isimemezelo senkosi, kwalethwa izintombi eziningi ekomkhulu eShushani, ukuba zibhekwe nguHegayi; no-Esteri walethwa esigodlweni ukuba azobhekwa nguHegayi owayengamele indlu yabesifazane.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Lapho kuzwakala umyalo nomyalo wayo wenkosi, nalapho izintombi eziningi zibuthene esigodlweni uSusan ngaphansi kwesandla sikaHegayi, u-Esteri naye walethwa endlini yenkosi ngaphansi kwesandla sikaHegayi umgcini wabesifazane.

Uka jalj uñjjattʼäta



Esteri 2:8
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Lapho sesifikile isikhathi sika-Esteri, indodakazi ka-Abihayili, uyisekazi kaMoridekayi omthathe ukuba abe yindodakazi yakhe sokuba angene enkosini, akafunanga lutho, kuphela lokho akushoyo uHegayi induna yenkosi, umgcini wabesifazane. U-Esteri wafumana umusa emehlweni abo bonke abambonayo.


inkosi imise ababonisi ezifundeni zonke zombuso wakho ukuba babuthele ndawonye zonke izintombi ezibukekayo eShushani endlini yenkosi endlini yabesifazane phansi kwesandla sikaHegayi induna yenkosi, umgcini wabesifazane, zinikwe izinto zazo zokuqhola.


Ngabona embonweni; kwase kuthi ekuboneni kwami ngangiseShushani endlini yenkosi esifundeni sase-Elamu; ngabona-ke embonweni, ngangisemfuleni i-Ulayi.