Ngokuba nxa abezizwe abangenawo umthetho ngokwemvelo benza okomthetho, laba, bengenawo umthetho, bangumthetho wabo ngokwabo,
EkaJuda 1:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha laba bayahlambalaza konke abangakwaziyo, nalokho abakwaziyo ngemvelo njengezidalwa ezingenangqondo babhubha ngakho. IsiZulu 2020 Kepha laba, bahlambalaza nalezo zinto abangazaziyo, babhujiswa nayilezo zinto abazaziyo ngokwemvelo, njengezilwane ezingenakuqonda. Baasraak Zulu New Testament Bible Kepha laba bahlambalaza abangazaziyo, kepha abakwaziyo ngokwemvelo njengezilwane ezingenangqondo bazonakalisa ngakho. Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha laba bahlambalaza abangazaziyo, kepha abakwaziyo ngokwemvelo njengezilwane ezingenangqondo bazonakalisa ngakho. |
Ngokuba nxa abezizwe abangenawo umthetho ngokwemvelo benza okomthetho, laba, bengenawo umthetho, bangumthetho wabo ngokwabo,
abakuphela kwabo ngukubhujiswa, abankulunkulu wabo yisisu, nodumo lwabo lusehlazweni labo, abangabanaka okomhlaba.
Kepha laba behlambalaza, benjengezidalwa ezingenangqondo, ngemvelo zizalelwe ukubanjwa nokubhujiswa, nabo bazakubhujiswa ekubhujisweni kwazo, behlambalaza abangakwaziyo,