Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AmaHubo 19:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Usuku luyalandisa usuku inkulumo, nobusuku bushumayeza ubusuku ukwazi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Usuku lwedlulisela kolunye usuku ulwazi, nobusuku butshela obunye ngalolo lwazi.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Usuku nosuku lukhuluma inkulumo, nobusuku bukhuluma ukwazi.

Uka jalj uñjjattʼäta



AmaHubo 19:2
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNkulunkulu wathi: “Makube khona umkhathi phakathi kwamanzi, kwahlukaniswe amanzi namanzi.”


UNkulunkulu wenza umkhathi, wahlukanisa amanzi aphansi komkhathi namanzi aphezu komkhathi; kwaba njalo.


Umhlaba usekhona, ukutshala nokuvuna, amakhaza nokufudumala, ihlobo nobusika, imini nobusuku akuyikunqamuka.”


nani zinsizwa nezintombi, nani maxhegu nabafana.


Haleluya! Dumisani uNkulunkulu endlini yakhe engcwele, nimdumise emkhathini wakhe wamandla.


Usuku ngolwakho, nobusuku ngobakho; nguwena owenza ukukhanya nelanga.


umuntu uyini ukuba umkhumbule, nendodana yomuntu ukuba uyinake na?


Abaphilayo, abaphilayo bayakubonga njengami namuhla; uyise uyabazisa abantwana ukuthembeka kwakho.