UJowabe esebona ukuthi impi ibhekene naye ngaphambili nangasemuva, wakhetha kwabakhethekileyo bonke bakwa-Israyeli, wabahlela ukuba balwe nama-Aramu;
AmaHubo 118:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bayangikaka, yebo, bayangizungeza; egameni likaJehova ngiyakubachitha. IsiZulu 2020 Zingiphahlile, yebo, zingizungezile; egameni likaSimakade ngizozibhubhisa. Contemporary Zulu Bible 2024 Zangihaqa; yebo, bangihaqile, kepha egameni likaJehova ngiyakubachitha. |
UJowabe esebona ukuthi impi ibhekene naye ngaphambili nangasemuva, wakhetha kwabakhethekileyo bonke bakwa-Israyeli, wabahlela ukuba balwe nama-Aramu;
USawule wahamba ngalapha kwentaba, uDavide nabantu bakhe bahamba ngale kwentaba; uDavide washesha wahamba ngokumesaba uSawule, ngokuba uSawule nabantu bakhe bahaqa uDavide nabantu bakhe ukuba bababambe.