U-Abrahama wayesebuyela ezincekwini zakhe; basuka, baya eBeri Sheba; u-Abrahama wakha eBeri Sheba.
1 Samuweli 8:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE Igama lendodana yakhe eyizibulo lalinguJoweli; igama leyesibili lalingu-Abiya; babe ngabahluleli eBeri Sheba. IsiZulu 2020 Igama lezibulo lakhe kwakunguJoweli, igama leyesibili kungu-Abhiya; babengabehluleli eBheri Sheba. Contemporary Zulu Bible 2024 Igama lezibulo lakhe lalinguJoweli; igama lowesibili lalingu-Abiya; babengabahluleli eBeri Sheba. |
U-Abrahama wayesebuyela ezincekwini zakhe; basuka, baya eBeri Sheba; u-Abrahama wakha eBeri Sheba.
U-Israyeli wasuka nakho konke okwakhe, wafika eBeri Sheba, wanikela iminikelo kuNkulunkulu kayise u-Isaka.
Esezwile lokho wasuka, wahamba ukuba asinde, waya eBeri Sheba elingelakwaJuda, washiya khona inceku yakhe.
Kepha ningalifuni iBethele, ningangeni eGiligali, ningadluleli eBeri Sheba, ngokuba iGiligali liyakuthunjwa nokuthunjwa, neBethele liyakuba yize.”