Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




URuthe 2:1 - IsiZulu 2020

UNawomi wayenesihlobo somyeni wakhe, u-Elimelekhi, esasicebe kakhulu, igama laso kunguBhowazi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

UNawomi wayenesihlobo somyeni wakhe, umuntu ocebileyo, owomndeni ka-Elimeleki, igama lakhe linguBowazi.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

UNawomi wayenesihlobo somyeni wakhe, indoda enamandla aphilileyo, esomndeni ka-Elimeleki; igama lakhe lalinguBhowazi.

Uka jalj uñjjattʼäta



URuthe 2:1
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UMenahemu wakhokhisa u-Israyeli nabo bonke abantu ababecebile, imali, umuntu ngamunye wayekhipha amashekeli angama-50 ukuze awanike inkosi yase-Asiriya. Inkosi yase-Asiriya yayisibuyela kwelakubo, ayabe isahlala ezweni.


Yayinezimvu eziyizi-7 000 namakameli ayizi-3 000, nezinkabi ezingamabhangqa angama-500 nezimbongolo zezinsikazi ezingama-500 nezisebenzi eziningi kakhulu. Leyo ndoda yayiyisikhulu esiphezulu kunabo bonke abantu basempumalanga.


uma ngathokoziswa ngukuba nengcebo enkulu nangukuthi isandla sami siyizuzile;


uSalimoni wazala uBhowazi kuRakhabi, uBhowazi wazala u-Obhede kuRuthe, u-Obhede wazala uJesayi;


kaJese, ka-Obhedi, kaBhowazi, kaSala, kaNahashoni,


Igama laleyo ndoda kwakungu-Elimelekhi, umkayo kunguNawomi, amadodana ayo amabili kunguMahaloni noKhiliyoni; babengama-Efratha aseBhethlehema kwaJuda. Bafika kwaMowabi bahlala khona.


URuthi wakwaMowabi wathi kuNawomi: “Ngivumele ngihambe ngiye ensimini ukuze ngikhothoze emva kwalowo oyokuba nomusa kimi.” UNawomi wathi kuye: “Hamba ndodakazi yami.”


Impela kuliqiniso ukuthi ngiyisihlobo sakho, kodwa kukhona omunye umhlengi oseduze kakhulu kunami.


UBhowazi lona obusebenza nezincekukazi zakhe akayiso yini isihlobo sethu esisondele, na? Bheka, namuhla kusihlwa uyokwela ibhali esibuyeni.


uSalimoni wazala uBhowazi, uBhowazi wazala u-Obhedi,