Babuye babeka abaphristi nabaLevi ngokwemikhakha yabo, ukuze baqhube inkonzo kaNkulunkulu eJerusalema, njengoba kulotshiwe encwadini kaMose.
UNumeri 8:9 - IsiZulu 2020 Uyobaletha abaLevi phambi kwethende lokuhlangana, uqoqe yonke inhlangano yabantu bakwa-Israyeli. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uyakuletha amaLevi phambi kwetende lokuhlangana, ubuthe yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, Contemporary Zulu Bible 2024 Wosondeza amaLevi phambi kwetende lokuhlangana, ubuthe yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli. |
Babuye babeka abaphristi nabaLevi ngokwemikhakha yabo, ukuze baqhube inkonzo kaNkulunkulu eJerusalema, njengoba kulotshiwe encwadini kaMose.
“Emveni kwalokho uyakuletha u-Aroni namadodana akhe ekungeneni kwethende lokuhlangana, bese ubageza ngamanzi.