Ngizonikela kuwe ngeminikelo yokushiswa yezikhuluphalisiweyo, nomusi womhlatshelo wezinqama; ngenze umnikelo ngezinkunzi nezimbuzi.
UNumeri 7:32 - IsiZulu 2020 nesitsha segolide esingamashekeli ayishumi sigcwele impepho, IBHAYIBHELI ELINGCWELE nenkezo yegolide engamashekeli* ayishumi egcwele impepho, Contemporary Zulu Bible 2024 Indebe eyodwa yegolide yamashekeli ayishumi, igcwele impepho; |
Ngizonikela kuwe ngeminikelo yokushiswa yezikhuluphalisiweyo, nomusi womhlatshelo wezinqama; ngenze umnikelo ngezinkunzi nezimbuzi.
“Ngokuba kusukela ekuphumeni kwelanga lize liyoshona iGama lami likhulu phakathi kwezizwe. Kuzo zonke izindawo iGama lami lilethelwa impepho neminikelo ehlanzekileyo, ngokuba likhulu iGama lami ezizweni,” kusho uSimakade Wamabandla.
Wanikela ngesitsha sesiliva, isisindo saso singamashekeli ayi-130, nesitsha sesiliva esingumcengezi esingamashekeli angama-70 ngokweshekeli lendawo engcwele. Kokubili kwakugcwele impuphu ecolisekileyo exovwe namafutha, kungumnikelo wokusanhlamvu,
Enye ingelosi yeza, yema ngase-althare, iphethe isithunqiso segolide, yanikwa impepho eningi ukuba iyenezelele emikhulekweni yabangcwele bonke, phezu kwe-althare legolide eliphambi kwesihlalo sobukhosi.