Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 6:7 - IsiZulu 2020

Akayukuzingcolisa noma ngabe kufa uyise noma unina, noma umfowabo noma udadewabo, ngokuba isithembiso sakhe sobunaziri sisekhanda lakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Akayikuzingcolisa ngoyise noma ngonina, noma ngomfowabo noma ngodadewabo, nxa befile, ngokuba isithembiso sakhe sobuNaziri sisekhanda lakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Angazingcolisi ngoyise noma ngonina, ngomfowabo noma ngodadewabo, uma befa, ngokuba ubungcwele bukaNkulunkulu wakhe buphezu kwekhanda lakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 6:7
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“ ‘Abayukusithinta isidumbu, funa bazigcolise, kodwa bangazingcolisa ngokuthinta esikayise, esikanina, esendodana, esendodakazi, esomfowabo, nesikadadewabo ongenandoda.


Ungcwele kuSimakade, zonke izinsuku zobunaziri bakhe.


Kwakukhona abantu abathile ababengcoliswe yisidumbu somuntu, ababengakwazi ukugcina iphasika ngalolo lusuku; beza phambi kukaMose no-Aroni ngalolo lusuku.