“Mina Simakade ngiyayiphenya inhliziyo, ngihlole nezinso; ukuba nginike yilowo nalowo njengokwezindlela zakhe, nanjengezithelo zezenzo zakhe.”
UNumeri 5:16 - IsiZulu 2020 “ ‘Umphristi uyakumsondeza, ammise phambi kukaSimakade. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “ ‘Umpristi uyakumsondeza, ambeke phambi kukaJehova, Contemporary Zulu Bible 2024 Umpristi kumelwe amsondeze ammise phambi kukaJehova. |
“Mina Simakade ngiyayiphenya inhliziyo, ngihlole nezinso; ukuba nginike yilowo nalowo njengokwezindlela zakhe, nanjengezithelo zezenzo zakhe.”
“ ‘Uma umnikelo kungumnikelo wokushiswa othathwe ezinkomeni, uyonikela ngeduna elingenasici, uyoliletha emnyango wethende lokuhlangana ukuze emukeleke phambi kukaSimakade.
indoda iyakuletha umkayo kumphristi, imlethele umnikelo wakhe, ube okweshumi kwe-efa lempuphu yebhali, ayiyukuthela amafutha kuyo, noma ibeke nenhlaka kuyo, ngokuba kungumnikelo wokusanhlamvu wesikhwele, umnikelo wokusanhlamvu wesikhumbuzo, wokuzikhumbuza ngobubi.
Umphristi uyothatha amanzi angcwele esitsheni sebumba, nothuli oluphansi ethabanakelini. Uyakuluthatha alufake emanzini,
Ukuganana makuhlonishwe yibo bonke, umbhede mawungangcoliswa, ngokuba uNkulunkulu uyakuzehlulela izifebe nabaphingayo.