AbaLevi babalwa kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuya phezulu. Inani labo laliyizi-38 000.
UNumeri 4:46 - IsiZulu 2020 Bonke ababalwayo babaLevi, ababalwa nguMose no-Aroni nabaholi bakwa-Israyeli ngemindeni yabo nangezindlu zokhokho babo, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bonke ababalwayo bamaLevi ababalwa nguMose nangu-Aroni nayizikhulu zakwa-Israyeli ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise, Contemporary Zulu Bible 2024 Bonke ababalwayo bamaLevi, uMose no-Aroni abababalayo, nezikhulu zakwa-Israyeli, ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise, |
AbaLevi babalwa kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuya phezulu. Inani labo laliyizi-38 000.
Ukubalwa kwabaphristi kwakuya ngokwezindlu zoyise; abaLevi babebhalwa kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, ngokwemisebenzi yabo nezigaba zabo.
Yilabo ababalwayo, bemindeni yozalo lukaMerari, ababalwa nguMose no-Aroni njengokusho kukaSimakade ngesandla sikaMose.
kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuze kube kwabaneminyaka engama-50, bonke abangena ukwenza umsebenzi wenkonzo nomsebenzi wokuthwala ethendeni lokuhlangana,