Yilabo-ke okwakungabozalo lukaLevi ngokwezindlu zokhokho babo, izinhloko zoyise, bebalwa ngamanani abo, ngamagama abo nangezinhloko zabo. Yibona ababenza umsebenzi wokukhonza endlini kaSimakade, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu.
UNumeri 4:35 - IsiZulu 2020 kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuze kube kwabeneminyaka engama-50, bonke abangena ukwenza umsebenzi wokukhonza ethendeni lokuhlangana. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kusukela kwabaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu kuze kube kwabeneminyaka engamashumi ayisihlanu, bonke abangena emsebenzini ukukhonza etendeni lokuhlangana; Contemporary Zulu Bible 2024 kusukela kominyaka imashumi mathathu ezelwe, kuya phezulu, kuse kominyaka imashumi mahlanu ezelwe, bonke abeza inkonzo yomsebenzi etendeni lokuhlangana; |
Yilabo-ke okwakungabozalo lukaLevi ngokwezindlu zokhokho babo, izinhloko zoyise, bebalwa ngamanani abo, ngamagama abo nangezinhloko zabo. Yibona ababenza umsebenzi wokukhonza endlini kaSimakade, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu.
AbaLevi babalwa kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuya phezulu. Inani labo laliyizi-38 000.
izigaba zabaphristi nezabaLevi, wonke umsebenzi wokukhonza endlini kaSimakade, zonke izitsha zenkonzo endlini kaSimakade,
kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuya phezulu, kuze kufike kwabaneminyaka engama-50, bonke abangena ukuyokwenza umsebenzi ethendeni lokuhlangana.
kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuya phezulu, kuze kufike kwabaneminyaka engama-50, bonke abangena ukuzokwenza umsebenzi ethendeni lokuhlangana.
kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuya phezulu, kuze kube kwabaneminyaka engama-50, uyobabala bonke abangena ukuyokwenza umsebenzi ethendeni lokuhlangana.
UMose, u-Aroni nabaholi benhlangano, babala abozalo lukaKhohathi ngemindeni yabo nangezindlu zokhokho babo,
kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuze kube kwabaneminyaka engama-50, bonke abangena emsebenzini wokukhonza ethendeni lokuhlangana,
kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuze kube kwabaneminyaka engama-50, bonke abangena emsebenzini wokukhonza ethendeni lokuhlangana,
kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuze kube kwabaneminyaka engama-50, bonke abangena ukwenza umsebenzi wenkonzo nomsebenzi wokuthwala ethendeni lokuhlangana,
UJesu uqobo waqala umsebenzi wakhe eseneminyaka cishe engama-30 ubudala. Wayeyindodana, njengalokhu babesho, kaJosefa, ka-Heli,
Umphathi makangabi ngumuntu osanda kukholwa, funa athi ngokuphakama, awele ekulahlweni kukaSathane.