Inhlangano iyakumhlenga umbulali esandleni somphindiseli wegazi, imbuyisele emzini wakhe wokuphephela lapho ebebalekele khona, ahlale kuwo kuze kufe umphristi omkhulu owayegcotshwe ngamafutha angcwele.
UNumeri 35:26 - IsiZulu 2020 “ ‘Uma kwenzeka umbulali eqa umngcele womuzi wokuphephela lapho ebalekele khona, IBHAYIBHELI ELINGCWELE “ ‘Kepha uma umbulali edlula ngesikhathi esithile umkhawulo womuzi wakhe wokuphephela lapho ebalekele khona, Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa uma umbulali efika noma nini ngaphandle komngcele womuzi wakhe okhululekile abebalekele kuwo; |
Inhlangano iyakumhlenga umbulali esandleni somphindiseli wegazi, imbuyisele emzini wakhe wokuphephela lapho ebebalekele khona, ahlale kuwo kuze kufe umphristi omkhulu owayegcotshwe ngamafutha angcwele.
aficwe ngumphindiseli wegazi ngaphandle kwemingcele yomuzi wokuphephela, bese umphindiseli embulala umbulali, akayukuba nacala legazi,
Uma kukhona ophumela ngaphandle kweminyango yendlu yakho abe semgwaqweni, kuyoba yicala lakhe uma efa, thina asiyukuba nacala, kodwa uma kukhona othinta noma yimuphi kulabo abanawe endlini, icala lokufa kwabo liyothwalwa yithi.