“Kepha uma ningeyukwenza kanjalo, niyobe nonile kuSimakade, futhi yazini ukuthi niyoba nesono.
UNumeri 34:14 - IsiZulu 2020 ngokuba isizwana sabozalo lukaRubeni ngokwezindlu zokhokho babo nesizwana sabozalo lukaGadi ngokwezindlu zokhokho babo sezilitholile ifa lazo, kanjalo nengxenye yesizwana sakwaManase. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngokuba isizwe sabantwana bakwaRubeni njengezindlu zawoyise nesizwe sabantwana bakwaGadi njengezindlu zawoyise sezilitholile, nenxenye yesizwe sakwaManase isilitholile ifa layo; Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba isizwe sabantwana bakwaRubeni ngokwezindlu zoyise, nesizwe sabantwana bakwaGadi ngokwezindlu zoyise, sazuza ifa laso; inxenye yesizwe sakwaManase yazuza ifa laso. |
“Kepha uma ningeyukwenza kanjalo, niyobe nonile kuSimakade, futhi yazini ukuthi niyoba nesono.
UMose wayesenika abozalo lukaGadi nabolukaRubeni nengxenye yesizwana sakwaManase, indodana kaJosefa, umbuso kaSihoni inkosi yama-Amori nombuso ka-Ogi inkosi yaseBhashani, izwe nemizi nezifunda ezizungeze imizi yezwe.
Lezi zizwe ezimbili nengxenye zalithola ifa lazo phesheya kweJordani ngasempumalanga yeJerikho, lapho kuphuma khona ilanga.”
Wazikhethela isabelo sekhethelo, ngokuba sasigodlwe lapho isabelo somehluleli; wahamba nabaholi babantu, wafeza ubulungiswa bukaSimakade nezehlulelo zakhe ngo-Israyeli.’
waxosha izizwe ezinkulu nezinamandla kunawe phambi kwakho, ukuze akungenise, akunike izwe lazo, libe yifa lakho njengoba kunjalo nanamuhla.