Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 31:53 - IsiZulu 2020

Amabutho wona ayezithathele impango, kwaba yilelo nalelo ngokwalo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngokuba amadoda empi ayezithathele impango, kwaba yileyo naleyo ngokwayo.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

(Ngokuba amadoda empi athatha impango, kwaba yilowo nalowo ngeyakhe.)

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 31:53
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJehoshafathi namabutho akhe kwathi lapho befika ukuba babuthe impango kubo, bafumanisa kubo ingcebo eningi kakhulu abangakwazanga ukuyithwala.


Impango eyasala kweyayinikwe amabutho kwaba yizimvu eziyizi-675 000,


Lonke igolide lomnikelo wokuphakanyiswa abanikela ngalo kuSimakade, elezinduna zezinkulungwane nelezinduna zamakhulu, laba ngamashekeli ayizi-16 750.


Abakwa-Israyeli bathumba abesifazane bakwaMidiyani nezingane, bathatha yonke imfuyo yabo nawo wonke umcebo wabo, nempahla yabo, kwayimpango.


Kodwa abesifazane, abantwana, izinkomo, nakho konke okusemzini, yonke impango yawo, uyothatha khona kuphela kube ngokwakho, uyakuyidla impango yezitha zakho, uSimakade uNkulunkulu wakho akunike yona.