UMose wazithukuthelela iziphathimandla zempi, izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu, ezazibuya empini.
UNumeri 31:48 - IsiZulu 2020 Iziphathimandla ezazingabakhuzi bezinkulungwane zebandla, izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu, zasondela kuMose, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Iziphathimandla ezaziphezu kwezinkulungwane zebandla, izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu, zasondela kuMose, zathi kuMose: Contemporary Zulu Bible 2024 Izinduna zezinkulungwane zebutho, izinduna zezinkulungwane lezinduna zamakhulu zasondela kuMozisi. |
UMose wazithukuthelela iziphathimandla zempi, izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu, ezazibuya empini.
Engxenyeni eyatholwa ngu-Israyeli uMose, wathatha okukodwa kubantu nasezilwaneni wakunika abaLevi ababenakekela ithabanakeli likaSimakade, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.
zathi kuye: “Izinceku zakho zibale wonke amabutho asesandleni sethu, akukho nalinye elisalile.
“Izinduna ziyothi kubantu: ‘Iyiphi indoda eyakhe indlu entsha engakayivuli, na? Mayihambe, ibuyele endlini yayo, funa ifele empini, bese enye indoda isale iyivula.