Amakhosi ahola izimpi acela empunzini, athi galo yephuka. Abesifazane abasekhaya babelana impango,
UNumeri 31:27 - IsiZulu 2020 Yehlukanise kabili impango, phakathi kwamabutho abeye empini nenhlangano yonke. IBHAYIBHELI ELINGCWELE wena wahlukanisele impango kabili phakathi kwamadoda empi aya ekulweni nenhlangano yonke, Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi uhlukanise impango izingxenye ezimbili; phakathi kwalabo abaphuma impi, phakathi kwebandla lonke. |
Amakhosi ahola izimpi acela empunzini, athi galo yephuka. Abesifazane abasekhaya babelana impango,
noma belala ezibuyeni, kunjengamaphiko ejuba ambozwe ngesiliva, izimpaphe zamaphiko alo zahuqwa ngegolide elikhazimulayo.
“Wena no-Eleyazare, umphristi, nabaholi bezindlu zawoyise benhlangano, yibaleni yonke impango ephangiweyo, abantu nezilwane.
wathi kubo: “Buyelani emathendeni enu nengcebo eningi, nemfuyo eningi, nesiliva, igolide, ithusi, insimbi, nezimpahla eziningi, nabelane nabafowenu impango eniyithathe ezitheni zenu.”
UDavide nabantu ababenaye badazuluka, bakhala, baze baphelelwa ngamandla okulila.