U-Abhrama esebuya ekunqobeni uKhedoloma namakhosi ayemelekelela, inkosi yaseSodoma yakhuphuka yamhlangabeza esigodini iShave, okungukuthi yisigodi seNkosi.
UNumeri 31:13 - IsiZulu 2020 UMose no-Eleyazare, umphristi, nazo bonke abaholi benhlangano baphuma bayobahlangabeza ngaphandle kwenkambu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE OMose, no-Eleyazare umpristi, nazo zonke izikhulu zenhlangano baphuma ukubahlangabeza ngaphandle kwekamu.* Contemporary Zulu Bible 2024 OMose no-Eleyazare umpristi nazo zonke izikhulu zenhlangano baphuma ukubahlangabeza ngaphandle kwekamu. |
U-Abhrama esebuya ekunqobeni uKhedoloma namakhosi ayemelekelela, inkosi yaseSodoma yakhuphuka yamhlangabeza esigodini iShave, okungukuthi yisigodi seNkosi.
“ ‘Uma kona umholi ngokungenhloso, wephula omunye wale miyalo uSimakade uNkulunkulu wakhe ayale ngayo ukuba ingenziwa, aze azilethele icala,
“ ‘Othinta isidumbu sanoma yimuphi umuntu uyakuba ngongcolileyo izinsuku eziyisikhombisa.
Abathunjwa nempahla ababeyidlile bakuletha kuMose no-Eleyazare, umphristi, nenhlangano yabakwa-Israyeli enkanjini emathafeni kwaMowabi angaseJordani, phesheya kweJerikho.
UMose wazithukuthelela iziphathimandla zempi, izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu, ezazibuya empini.
“Yala abantu bakwa-Israyeli ukuba babakhiphe enkanjini bonke abanochoko, nabo bonke abamfimfayo, nabangcoliswe wukuthinta abafileyo.
USamuweli wavuka ekuseni wayohlangabeza uSawule. USamuweli wabikelwa ukuthi: “USawule ufike eKharmeli, wazimisela insika, wasuka wedlula wehlela eGiligali.”
UDavide wafika kulabo abangama-200 abangakwazanga ukumlandela ngenxa yokukhathala, wayebashiye ngasemfudlaneni iBhesori; baphuma bayohlangabeza uDavide nabantu ababenaye. UDavide wasondela kubo, wababingelela.