“Yima uqine ebuthakathini bakho, nasemalumbeni akho amaningi obukusebenza kusukela ebusheni bakho, mhlawumbe uzosizakala, mhlawumbe uyokwazi ukudala uvalo.
UNumeri 22:25 - IsiZulu 2020 Imbongolo yaphinde yayibona ingelosi kaSimakade, yagudla yencika ngasodongeni, kwalimala unyawo lukaBhileyamu. Waphinde wayishaya. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Imbongolo yayibona ingelosi kaJehova, yazigqula odongeni, yalimaza unyawo lukaBileyamu ngasodongeni; wabuye wayishaya. Contemporary Zulu Bible 2024 Imbongolo yabona ingelosi kaJehova, yazicindezela odongeni nonyawo lukaBileyamu odongeni, wamshaya futhi. |
“Yima uqine ebuthakathini bakho, nasemalumbeni akho amaningi obukusebenza kusukela ebusheni bakho, mhlawumbe uzosizakala, mhlawumbe uyokwazi ukudala uvalo.
Ingelosi kaSimakade yama endleleni eyayingumngcingo phakathi kwezindonga zesivini nxazombili.
Ingelosi kaSimakade yaqhubekela phambili yema endaweni eminyeneyo, okungekho ndlela yokuphendukela kwesokudla noma kwesokunxele.