UNumeri 2:13 - IsiZulu 2020 Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babeyizi-59 300. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nesishiyagalolunye namakhulu amathathu. Contemporary Zulu Bible 2024 Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nesishiyagalolunye namakhulu amathathu. |
Abakanisa eceleni kwakhe ngabesizwana sakwaSimeyoni; umholi wabozalo lwabakwaSimeyoni kunguShelumiyeli indodana kaZurishadayi.
Isizwana sakwaGadi: umholi wabozalo lwabakwaGadi kungu-Eliyasafa indodana kaRehuweli.