UNumeri 2:11 - IsiZulu 2020 Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kulo babeyizi-46 500. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kulo babe yizinkulungwane ezingamashumi amane nesithupha namakhulu ayisihlanu. Contemporary Zulu Bible 2024 Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi amane nesithupha namakhulu amahlanu. |
Ibhanela lenkambu yakwaRubeni liyakuba ngaseningizimu ngamabandla abo; umholi wabozalo lwabakwaRubeni kungu-Elizuri indodana kaShedewuri.
Abakanisa eceleni kwakhe ngabesizwana sakwaSimeyoni; umholi wabozalo lwabakwaSimeyoni kunguShelumiyeli indodana kaZurishadayi.