U-Aroni wabuyela kuMose ngasemnyango wethende lokuhlangana; lwaselunqamukile ubhubhane.
UNumeri 17:1 - IsiZulu 2020 USimakade wakhuluma kuMose, wathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova wakhuluma kuMose, wathi: Contemporary Zulu Bible 2024 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: |
U-Aroni wabuyela kuMose ngasemnyango wethende lokuhlangana; lwaselunqamukile ubhubhane.
“Khuluma kubantu bakwa-Israyeli, uthathe kubo izintonga, ibe yinye kuleyo naleyo ndlu yokhokho babo, kubo bonke abaholi ngokwezindlu zokhokho; kube yizintonga ezili-12. Uyoloba igama lomniniyo entongeni yakhe.