Bambikela bathi: “Siyile ezweni obusithume kulo salihlola; ngempela lichichima ubisi noju; nazi izithelo zalo.
UNumeri 14:7 - IsiZulu 2020 bathi kulo lonke ibandla labantu bakwa-Israyeli: “Izwe esadabula kulo silihlola, liyizwe elihle kakhulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE bakhuluma kuyo yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, bathi: “Izwe esalidabula ukulihlola liyizwe elihle kakhulu. Contemporary Zulu Bible 2024 Basebekhuluma kulo lonke ixuku labantwana bakoIsrayeli besithi: Ilizwe esadabula kulo ukulihlola lilizwe elihle kakhulu. |
Bambikela bathi: “Siyile ezweni obusithume kulo salihlola; ngempela lichichima ubisi noju; nazi izithelo zalo.
UKhalebhu wabathulisa abantu, wathi kuMose: “Siyakwenyuka impela, silidle; akungabazeki ukuthi sizakulinqoba.”
UJoshuwa, indodana kaNuni noKhalebhu, indodana kaJefune, ababephakathi kwalabo ababeyohlola izwe, baklebhula izingubo zabo,
Akha izithelo zalelo lizwe, asiphathela zona, nezwi elithi: ‘Yizwe elihle uSimakade uNkulunkulu wethu asinika lona.’
Athi: “Sukumani, senyuke, sibahlasele, ngokuba silibonile izwe ukuthi lihle kakhulu. Ningenqeni, ningahuduli izinyawo, kodwa ngenani nilidle.