Amaqembu abaculi abuthana evela ethafeni elalizungeze iJerusalema, nasemizaneni yabaLevi,
UNehemiya 3:22 - IsiZulu 2020 Emva kwakhe kwalungisa abaphristi namadoda asezindaweni ezazizungeze lapho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Emva kwakhe kwalungisa abapristi, abantu basethafeni. Contemporary Zulu Bible 2024 Emva kwakhe abapristi, amadoda aseThafeni, basinda. |
Amaqembu abaculi abuthana evela ethafeni elalizungeze iJerusalema, nasemizaneni yabaLevi,
Ingxenye elandelayo kuze kuyofika ekugcineni kwendlu ka-Eliyashibhi yakhiwa nguMeremothi, indodana ka-Uriya, indodana kaHakozi.
Ingxenye elandelayo yakhiwa nguBhenjamini noHashubhi, kwazise yayiphambi kwemizi yabo. Ingxenye elandelayo yakhiwa ngu-Azariya, indodana kaMahaseya, indodana ka-Ananiya, kwazise yayiphambi komuzi wakhe.
uSanibhalathi noGeshemi bangithumelela umyalezo othi: “Woza sihlale phansi sidingide lolu daba komunye wemizana esethafeni e-Ono.” Kepha babehlose ukungenza isilo sengubo.