UNehemiya 11:12 - IsiZulu 2020 nabafowabo abaqhubeka benza umsebenzi wasethempelini, bengamadoda angama-822, no-Adaya kaJerohamu, kaPhelaliya, ka-Amizi, kaZakhariya, kaPhashuri, kaMalikhiya; IBHAYIBHELI ELINGCWELE nabafowabo ababewenza umsebenzi abangamakhulu ayisishiyagalombili namashumi amabili nambili, no-Adaya kaJerohamu, kaPhelaliya, ka-Amisi, kaZakariya, kaPhashuri, kaMalikhiya; Contemporary Zulu Bible 2024 Abafowabo abenza umsebenzi wendlu babengamakhulu ayisishiyagalombili namashumi amabili nambili; no-Adaya indodana kaJerohamu indodana kaPhelaliya indodana ka-Amsi indodana kaZakariya indodana kaPhashuri indodana kaMalikiya, |
noSeraya kaHilikiya, kaMeshulamu, kaZadoki, kaMerayothi, ka-Ahithubi, umphathi wendlu kaNkulunkulu;
nabafowabo ababeyizinhloko zemindeni, bengamadoda angama-242, no-Amashisayi ka-Azareli, ka-Ahizayi, kaMeshilemothi, ka-Imeri;