Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UNehemiya 11:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 nabafowabo ababewenza umsebenzi abangamakhulu ayisishiyagalombili namashumi amabili nambili, no-Adaya kaJerohamu, kaPhelaliya, ka-Amisi, kaZakariya, kaPhashuri, kaMalikhiya;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 nabafowabo abaqhubeka benza umsebenzi wasethempelini, bengamadoda angama-822, no-Adaya kaJerohamu, kaPhelaliya, ka-Amizi, kaZakhariya, kaPhashuri, kaMalikhiya;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Abafowabo abenza umsebenzi wendlu babengamakhulu ayisishiyagalombili namashumi amabili nambili; no-Adaya indodana kaJerohamu indodana kaPhelaliya indodana ka-Amsi indodana kaZakariya indodana kaPhashuri indodana kaMalikiya,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNehemiya 11:12
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

kaMikayeli kaBahaseya kaNalikhiya


noSeraya kaHilikiya, kaMeshulamu, kaSadoki, kaMerayoti, ka-Ahithubi, umphathi wendlu kaNkulunkulu;


nabafowabo, izinhloko zawoyise, bengamakhulu amabili namashumi amane nambili, no-Amashisayi ka-Azareli, ka-Ahizayi, kaMeshilemoti, ka-Imeri;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka