Amadodana kaSimeyoni kwakunguJemuweli, uJamini, u-Ohadi, uJakhini, uZoha noShawule, owayezalwa ngowesifazane ongumKhanani.
UNehemiya 11:10 - IsiZulu 2020 Kubaphristi: nguJedaya, indodana kaJoyaribhi, uJakhini, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kubapristi: nguJedaya, indodana kaJoyaribi, noJakini, Contemporary Zulu Bible 2024 Kubapristi: ngoJedaya, indodana kaJehoyaribi, noJagini. |
Amadodana kaSimeyoni kwakunguJemuweli, uJamini, u-Ohadi, uJakhini, uZoha noShawule, owayezalwa ngowesifazane ongumKhanani.
Ngase ngithumela, ngabiza u-Eliyezeri, u-Ariyeli, uShemaya, u-Elinathani, uJaribi, u-Elinathani, uNathani, uZekhariya noMeshulamu ababengabaholi, uJohiyaribhi no-Elinathani ababengabafundisayo,
noSeraya kaHilikiya, kaMeshulamu, kaZadoki, kaMerayothi, ka-Ahithubi, umphathi wendlu kaNkulunkulu;
UJoweli, indodana kaZikhiri, wayengumphathi wabo, uJuda, indodana kaHasenuwa, wayephethe ingxenye entsha yomuzi.