Amadodana omkaHodiya, udadewabo kaNahamu, ayenguyise kaKeyila, umGarimi, no-Eshithemowa, umMahakha.
UNehemiya 10:10 - IsiZulu 2020 nabafowabo uShebhaniya, uHodiya, uKhelitha, uPhelaya, uHanani, IBHAYIBHELI ELINGCWELE nabafowabo oShebaniya, noHodiya, noKelitha, noPhelaya, noHanani, Contemporary Zulu Bible 2024 Abafowabo: ngoShebaniya, noHodiya, noKelitha, noPhelaya, noHanani, |
Amadodana omkaHodiya, udadewabo kaNahamu, ayenguyise kaKeyila, umGarimi, no-Eshithemowa, umMahakha.
KubaLevi: nguJozabhadi, uShimeyi, uKhelaya onguKhelitha, uPhethahiya, uJuda no-Eliyezeri.
Ngosuku lwesine sisendlini kaNkulunkulu wethu, kwakalwa isiliva, igolide nezitsha, kwase kwedluliselwa kumphristi uMeremothi, indodana ka-Uriya, owayeno-Eleyazare, indodana kaFinehasi nabaLevi, uJozabhadi kaJeshuwa noNowadiya kaBhinuyi.
AbaLevi: uJeshuwa, indodana ka-Azaniya, noBhinuwi wamadodana kaHenadadi, noKhadimiyeli,
AbaLevi: uJeshuwa, uBhinuwi, uKadimiyeli, uSherebhiya, uJuda, uMathaniya owayengamele amahubo okudumisa, nabangani bakhe,
Ingxenye elandelayo yakhiwa nguBhinuwi, indodana kaHenadadi, kusukela endlini ka-Azariya kuze kuyofika ejikeni logange.
AbaLevi: abozalo lukaJeshuwa, ozalweni lukaKhadimiyeli, emndenini kaHodaviya, babengama-74.
AbaLevi: uJeshuwa, uBhani, uSherebhiya, uJamini, u-Akhubhi, uShebhethayi, uHodiya, uMahaseya, uKhelitha, u-Azariya, uJozabhadi, uHanani noPhelaya, bachazela abantu umthetho; ngesikhathi abantu bemi endaweni yabo.